Kushaqwe amaselula, imali nezikhali ejele

2017-05-27 10:35

Johannesburg – Izinto ezibukhali, omakhalekhukhwini, ama-earphone, kanye nemali kungezinye zezinto ezishaqwe ejele laseBarberton ngoLwesihlanu, kusho uMnyango wezokuHlunyeleliswa kweziMilo.

Kube nokusehwa kwejele ekuseni ngoLwesihlanu kanti kuhloswe nokunqandwa kokushushumbiswa kwezinto ezingavunyelwe, kusho okhulumela uMnyango uMesia Hlungwani.

OLUNYE UDABA: Uyaveva odlelwe indawo yakhe engazi

Bangu-19 omakhalekhukhwini abashaqiwe, amashaja angu-15, ama-earphone angu-15, ama-Sim card angu-13, yizikhali ezicijile eziyisikhombisa,amakhadi asebhange amabili, insangu kanye nemali engu-R497.60 engukheshi.

UMnyango uzophenya ukuthola ukuthi ngabe omakhalekhukhwini basetshenziselwa ukwenza ubugebengu yini. Imali etholakele izofakwa esikhwameni semali kaMgcinimafa kuzwelonke.

Kunxuswa abantu ukuba bangazisizi iziboshwa ngokuzingenisela izinti ejele. Ukwenza lokho kuyicala umuntu angajeziswa ngalo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.