Kushaqwe okhilimu abayingozi, 'iconsi', abebezodayiswa eMzansi

2017-08-10 14:05

Johannesburg - Amaphoyisa ngoLwesine ashaqe ukhilimu wokugcoba oyingozi, wokushintsha ibala lesikhumba, wemali elinganiselwa kwengu-R70 000 obuthuthwa ngeloli usuka eBotswana ulibangise eNingizimu Afrika.

Okhulumela amaphoyisa uColonel Moatshe Ngoepe uthe labo khilimu bebefihlwe ngaphansi kwamasaka e-soya beans.

"Iloli limiswe ngamaphoyisa laseshwa, ngesikhathi kuseshwa, umshayeli ukwazile ukubaleka ngezinyawo washiya iloli ngemuva. 

OLUNYE UDABA:Uvuvukale ubuso ogcobe ukhilimu kadadewabo 'naye efuna ukuba muhle'

"Uphenyo lwamaphoyisa lokuthola umsolwa nokuthi labo khilimu basuka kuphi luyaqhubeka," usho njalo.

Kushaqwe amabhokisi angu-40 abequkethe ukhilimi obizwa ngeBetasol nabanye okhulimu abangu-2 606 ababizwa nge-Epidermic.

IMedicines Control Council ithi labo khilimu bayingozi.

 - ANA

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.