Kushayisane amaloli amathathu nezimoto ezimbili ku-N3

2016-08-16 10:00

Pietermaritzburg - Abezimo eziphuthumayo kanye namaphoyisa basematasa ngokuxilonga abalimele kulandela ukushayisana kwamaloli amathathu kanye nemoto nezimoto ku-N3.

Kulimale abantu abane okubalwa kubo nezingane ezintathu ngesikhathi kushayisana amaloli amathathu kanye nezimoto ezimbili ku-N3 ngakumgwaqo u-Ortman Road ePietermaritzburg.

OLUNYE UDABA:Udle ophansi umshayeli wetekisi kulandela ingozi

Abe-ER24 bafike endaweni yesigameko ngo-07h15 bathola amaloli kanye nezimoto kuseceleni komgwaqo, ilolu eyodwa ibivithike iphelile ngemuva.

Ngenhlanhla ubengekho olimele kakhulu ngesikhathi abosizo lokuqala bexilonga abalimele.

Bonke abalimele baxilongwe endaweni yesigameko phambi kokuphuthunyiswa esibhedlela.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.