Kushaywe intatheli yaphucwa ikhamera embhikishweni

2016-07-22 14:32

Johannesburg – Amaphoyisa aseqinisekisile ukuthi intatheli ebicoshela izindaba embhikishweni oseMeyerton, eMidvaal, ihlaselwe yagetshengwa ababhikishi.

Intatheli ye-eNCA uLenyaro Sello kubikwa ukuthi uxoshwe ababhikishi abebemshaya ngamatshe emijondolo yaseSicelo.

Kukholakala ukuthi uphucwe ikhamera yase iphahlazwa phansi.

OLUNYE UDABA: Owesifazane ulivumile icala lokushaya intatheli

Izakhamuzi ziphume ngobuningi bazo zagcwala izitaladi kusukela kuqale leli sonto, zifuna ukwakhelwa izindlu ziphinde zifakelwe nogesi kuleya ndawo.

Zifunge zagomela ngokuthi zizoqhubeka nalo mbhikisho kuze kube iMeya uBongani Baloyi uhlangabezana nezidingo zazo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.