Kushe 5 wezitolo eLimpopo

2017-09-25 12:27

Johannesburg - Kushe kwangqongqa izitolo ezinhlanu ngemuva kokuqubuka kwelangabi enxanxathela yezitolo eThohoyandou, kusho amaphoyisa aseLimpopo ngoMsombuluko.

"Umuntu obedlula ngendlela obone ilangabi elikhulu ligqamuka phezulu ezitolo, eMutsindo Shopping Centre eceleni kwaseThohoyandou izolo ebusuku (ngeSonto), wabizela amaphoyisa nabezicishamlilo endaweni yesigameko," kusho uLieutemnant-Colonel Moatshe Ngoepe.

OLUNYE UDABA:Kushe ifemu abasebenzi besavalile

"Izicishamlilo zizamile ukubhula umlilo kodwa kunzima ilangabi selilikhulu kakhulu. Kushe izitolo ezingu-5 , kwasha zonke izinto eziphakathi kuzo."

UNgoepe uthe umonakalo odalwe yileli langabi ulinganiselwa emalingu engu-R2 million.

Amaphoyisa asaqhubeka nophenyo.

 – African News Agency (ANA)

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.