Kushe imijondolo engaphezu kwengu-60

2017-02-16 18:00

Johannesburg – Ingaphezu kwengu-60 imijondolo eshile endaweni yaseJoe Slovo ngoLwesine, kusho abezimo eziphuthumayo edolobheni iGoli.

Izindlu ezishile zingemuva kwaseRahima Moosa Mother and Child Hospital (Coronation Hospital).

OLUNYE UDABA: Imile impilo kowesifazane waseKZN ongenawo umazisi

Okhulumela abezimo eziphuthumayo eGoli uNana Radebe uthe bekungakabikwa muntu olimele, kodwa abosizo lokuqala babuza imindeni ukuthi isaphelele yini, ukuthola isiqiniseko.

"Sizoqala ngokucima umlilo bese sithungatha abantu, uma kungenzeka kube khona abanyamalele.”

Iziphathimandla ziyaphenya ngembangela yomlilo.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.