Kushe imizi engu-50 kulwa imiphakathi emibili

2017-01-25 10:00

Taraba – Zingaphezu kwezingu-50 izindlu ezishiswe zangqongqa ngesikhathi kutholene phezulu imiphakathi emibili eSardauna esifundeni iTaraba eNigeria.

IDaily Trust ithole ukuthi bangaphezu kwabangu-300 abantu abashiye amakhaya abo kule mpi ebingeSonto ebusuku.

Okhulumela amaphoyisa uDavid Misal usiqinisekisile isehlakalo athe senzeke eWuro Dande naseWuro Buba Bagura.

Ngokusho kwamaphoyisa, ukulwa kususwe yicala elisenkantolo elifakwe omunye wemiphakathi usola intsha yomunye umphakathi ngokudla umhlaba wabo.

OLUNYE UDABA: Usuku lokuzalwa kukaMugabe kumele lugujwe njengolukaJesu

UMisal uthe ngesikhathi leli cala lisenkantolo ngoJanuwari, abanye babasolwa baboshwa.

Lokhu kuholele ekutheni imiphakathi ihlaselane kwashiswa imizi engaphezu kwengu-50.

UMisal uthe sekuboshwe abasolwa abayisithupha ngalesi sehlakalo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.