Kushe isikhungo samazinyo esibhedlela

2016-07-09 14:00

Johannesburg - Kumile ukusebenza esikhungweni sezempilo samazinyo eTambo Memorial Regional Hospital eBoksburg ngemuva kokushiswa umlilo ngoLwesihlanu ebusuku.

“Ngeshwa, asikho isiguli esilimele kanti nomlilo ucishwe ngempumelelo yizisebenzi zasesibhedlela. Kuthathe ihora ukuba abantu bakhishelwe bonke ngaphandle.”

“Kushe amagumbi amathathu, nezinto zokukhipha amazinyo. Izindleko zomonakalo bezingakaziwa.”

Funda nalolu daba: Izosungula ibhange iPost Office

“Sekuqalile ukubheka ukuthi uzodlamalini umonakalo,” kusho okhulumela uMnyango wezeMpilo eGauteng uSteve Mabona.

UMabona uthe uphenyo lwesikhshana lukhomba ukuthi umlilo kungenzeka ukuba uqalwe yinkinga yezintambo zikagesi.

Ngeshwa isibhedlela ngeke sisaqhubeka nokwenza imisebenzi ephathelene namazinyo okwamanje.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.