"Kushelele ulimi" umethuli wezinhlelo eveza ukuthi usedivosile

2016-07-18 14:31

Durban - Intokazi ethula uhlelo iTop Billing iveze emcimbini wezindondo ukuthi isihlukanisile nomyeni wayo futhi isikulungele ukuzijabulisa.

ULorna Maseko ubephethe umcimbi wezindondo ngesikhathi eveza ukuthi akashadile. Kuvele kwadideka ngisho u-AnnHirsch obebambisene nayo kulo mcimbi kubonakala sengathi uthuka nenhlamba.

Ngemuva kwalo mcimbi abephephandaba iSunday World bazamile ukuxhumana naye ukuqondisisa ukuthi ubekhuluma iqiniso ukuthi akasashadile.

OLUNYE UDABA:Umethuli wezinhlelo uyahluleka ukukhokhela umashonisa

"Ngingedwa futhi sengizimisele ukubonana nabantu, kusho uMaseko.

Le ntokazi ayifunanga ukwenaba ngalolu daba futhi inqabile ukuveze ukuthi yini eholele ekutheni ahlukane nomyeni wakhe.

Ezinyangeni ezimbalwa ezedlule kwavela ukuthi le ntokazi yaqabulala nomunye umethuli wezinhlelo uKatlego Maboe emcimbini futhi babonakala benyamalala bobabili.

Yize bavuma ukuthi baqabulala futhi babedlala, bawaphika amahlebezi okuthi banyamalala bobabili egumbini elithile.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.