Kushishwe umehlokaboni kaR100 000 ngokubulawa kwesikhulu samaphoyisa

2018-02-18 14:02

eGoli - Maningi amaphoyisa omgwaqo abulawa asemsebenzini esifundazweni saseGauteng.

Isigameko sakamuva yilesi sokubulawa kwamaphoyisa amabili, elilodwa elaseGoli kanti elinye lingelaseTshwane.

Kwesinye isigameko kudutshulwe iphoyisa,49, lomgwaqo ebelingekho emsebenzini e-Ivory Park Ext2 kodwa lisinidile kulokhu.

Njengoba zanda lezi zigameko, iMeya yaseGoli uHerman Mashaba usekhiphe umehlokaboni kaR100 000 ngemininingwane engaholela ekuboshweni kwalabo ababulala amaphoyisa omgwaqo.

OLUNYE UDABA: Namanje akukaboshwa muntu ngokugqekezwa kwesitolo eMnambithi

Umnyango wamaphoyisa omgwaqo eGoli uthi kusukela ngo-2001, angu-45 abaphoyisa abulawa esemsebenzini, lesi sibalo sihlanganisa esamaphoyisa amabili abulawa ngoLwesibili 13 Febhruwari.

Isikhulu samaphoyisa omgwaqo uDavid Tembe uthi umnyango wakhe kanye nezinye izinhlaka zezomthetho basebenza ngokuzikhandla ukuqinisekisa ukuthi abasolwa bayabanjwa futhi babhekana nengalo yomthetho.

Kuthiwa ngoLwesihlanu e-Ivory Park, iphoyisa belihamba ngezinyawo liya eistolo iHello Telecom Mobile Shop npmngani walo ngaserenkeni yamatekisi.

Umnikazi wesitolo watshela leli phoyisa ukuthi kusanda kuphangwa esitolo sakhe kanti abasolwa abathathu bathathe omakhalekhukhwini kanye nama-tablet.

"Ngesikhathi leli phoyisa lisakhuluma nomnikaziwesitolo, umsolwa ongaziwa uvulele ngenhlamvu wumdubula amahlandla ambale ngemuva.

"Ngezintatha zangoMgqibelo kutholakala uConstable oneminyaka engu-29 ubudala elele edamini legazi lakhe efulethini lakhe eliseHercules eTshwane.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

SQL Reporter

Cape Town
Communicate Cape Town IT
R10 000.00 - R12 000.00 Per Month

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.