Kushiswe inqwaba yezimoto enkampanini yaseRichards Bay

2017-08-03 18:00

Richards Bay - Inkampani yaseRichards Bay ilahlekelwa kakhulu kulandela ukushiswa kwenqwaba yezimoto ngoLwesibili ebusuku.

Ngokubika kwephephandaba lomphakathi, le nkampani ilahlekelwe cishe wu-R2.5 million,kubika iZululand Observer.

OLUNYE UDABA:Kushone oyedwa kungqubuzana izimoto ePinetown

Kuthiwa lezi zimoto zishisiwe kanti abanikazi bale nkampani babikelwe ngabezinkampani zama-tracjer kanye nezama-alamu ukuthi kunenkinga ekhona  ngo-21:30 ebusuku nokuyilapho abathole khona ukuthi kuyasha.

Kuthiwa abasolwa baqale bahlasela unogada oqapha amagceke ale nkampani bamshaya ngesidunu sesibhamu ngaphambi kokushisa izimoto.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.