Kushone 13 kuqubuka umlilo endaweni yokucima ukoma

2016-08-06 13:33

Paris -  Umlilo ubulale abantu abangu-13 endaweni yokucima ukoma enyakatho yezwe laseFrance, kwalimala abayisithupha.

Abezindaba bakuleliya lizwe bathi umlilo uqalwe amakhandlela abekhanyiswe ngoba bekunephathi.

Funda nalolu daba: Ungeniswe esibhedlela olinde intombi yagcina ingafikanga

UMnyango wezangaphakathi umemezele isibalo sabashonile ekuseni ngoMgqibelo, wathi kuyaphenywa ngembangela yomlilo.

Umlilo oqubuke eCuba Libre bar ubeyingozi kanti futhi uqale ngesikhathi kunephathi, kusho imeya yaseRouen uYvon Robert esiteshini somsakazo i-Europe 1.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.