Kushone 13 wezingane kushayisana ibhasi nesitimela

2018-04-26 14:01

New Delhi - Kushone izingane ezingu-13 kwalimala kanzima ezingu-5 ngoLwesine engozini yesitimela nebhasi enyakatho yaseNdiya, kusho iziphathimandla.

Abafundi bonke bangaphansi kweminyaka engu-10 ubudala, bebeya esikoleni e-Utter Pradesh State ngesikhathi isitimela sishayisana nebhasi ebezikulo lapho okuwela khona izimoto nezitimela.

OLUNYE UDABA:Kushone abathathu kushayisana isitimela neguzu

Kubikwa ukuthi ibhasi liphenduke emoyeni, kwashona ujuqu izingane ezingu-10, kusho owezimo eziphuthumayo u-Akhilesh Kumar Singh etshela abezindaba i-AFP. 

"Abantu abathathu bashonele esibhedlea kanti abahlanu basesimeni esibucayi," usho njalo eqhuba.

Isithombe:

Fatal India bus accident involving children

Isithombe sihlinzekwe ngabezindaba i-AFP

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.