Kushone 16 wezingane zesikole kugingqika ibhasi

2017-01-21 17:27

Rome – Ibhasi ebelithwele intsha yaseHungary ligingqikile yase igqamuka amalangabi enyakatho ne-Italy, kwashona abangu-16, kusho izicishamlilo ngoMgqibelo.

Kulesi sigameko kuphinde kwalimala abantu abangu-40 base bephuthunyiswa esibhedlela kulandela le ngozi eyenzeke ngaseVerona ngoLwesihlanu ebusuku, kusho abezimo eziphuthumayo.

Umshayeli waleli bhasi waseFrance kanye nomndeni wakhe kungenzeka ukuthi bayingxenye yezisulu, kusho abezindaba.

OLUNYE UDABA: Kushone abangu-13 ibhasi lezivakashi livelelwa yingozi

Leli bhasi belithwele abagibeli ababalelwa ku-50, iningi labo abaneminyaka ephakathi kuka-16 no-18 ubudala, kusho izicishamlilo.

Kubikwa ukuthi leli bhasi belibuya eFrance lapho lezi zingane zesikole bezivakashele khona.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.