Kushone 3 kwalimala 3 kwesokudubula ereki yamatekisi eKapa

2018-04-20 11:04

Johannesburg - Amaphoyisa aseWestern Cape aphenya isigameko sokudubula esidlule nemiphefumulo emithathu erenki yamatekisi kuMain Road, eDelft eKapa ngoLwesine ebusuku.

Okhulumela amaphoyisa uFC Van Wyk, uthe kulimale nabantu abathathu ngesikhathi kudutshulwa.

OLUNYE UDABA:Kudutshulwe amadoda amabili alimala ngasesiteshini sesitimela eGoli

"Kuphenywa amacala amathathu okubulala namathathu okuzama ukubulal," kusho uVan Wyk.

Unxuse amalungu omphakathi angase abenolwazi ukuba eze ngaphambili noma ashayele u-Crime Stop ku-08600 10111.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.