Kushone 3 wabantu imoto ishayisa isihlahla

2017-08-06 08:59

Hartbeesfontein – Kushone abantu abathathu kwalimala omunye ngesikhathi imoto ebebehamba ngayo ishayisa isihlahla ku-R507, endaweni engamakhilomitha alinganiselwa kwangu-20 ukusuka eHartbeesfonte eNorth West ngoMgqibelo ntambama, kusho abosizo lokuqala.

Abantu abane ebebehamba ngemoto kukholakala ukuthi bahlobene, kusho okhulumela i-ER24 uWerner Vermaak etshela iNews24.

Esitatimendeni, uVermaak uthe owesilisa kanye nabesifazane ababili batholakale beshonile endaweni yesigameko.

OLUNYE UDABA: Kugqekezwe kwelinye lamahhovisi ephalamende

Abezicimamlilo basebenzise izindlawu ukukhipha umuntu oyedwa osindile nobevaleleke emotweni.

Uphuthunyiswe eTshepong Hospital eKlerksdorp ukuze athole ukunakekelwa okunzulu, kusho uVermaak.

Imininingwa egcwele ngengozi ibingakaziwa okwamanje. Iziphathimandla zendawo ziyaphenya.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.