Kushone 39 kusha ibhilidi kunephathi

2016-07-26 10:02

Antananarivo – Bangu-39 abantu abashone ngemuva kokushiswa umlilo eMadagascar ngoMgqibelo, okubalwa kubona nezingane ezingu-16, kusho abezokuphepha ngoMsombuluko.

U-Anthony Rakotoarison, oyiphoyisa, utshele iReuters ukuthi umlilo uqubuke ngezithuba zabo-07:00 ebusuku ebhilidini obekwenziwe kulona iphathi yokubungaza ukuqedwa kokulungiswa kwalo.

Funda nalolu daba: Isoka ligwaze intombi ebimala

URakotoarison uthe umlilo uqale egujini ebelifulelwe ngotshani ngalapho bekubaswe khona umlilo kulungiselelwa ukudla.

“Bangu-39 abantu abashonile, abangu-38 kubona bashone ngoMgqibelo, omunye ushone namhlanje (ngoMsombuluko),” usho kanje.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho. 

 Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.