Kushone 4 wabantu engozini yetekisi nemoto encane

2016-11-06 15:33

Polokwane  - Abantu abane, okubalwa kubona nengane, bashonile kwalimala abanye abangu-12 ngoMgqibelo ebusuku ngesikhathi itekisi ishayisana nemoto encane ku-N1‚ ngaphandle kwasePolokwane eLimpopo‚ kusho abosizo lokuqala.

Abosizo lokuqala be-ER24, kanye nabakwezinye izinkampani, bafike endaweni yesehlakalo ngemuva kwehora lesithupha bathola imoto encane iphakathi komgwaqo, itekisi yona ibuqamama, eceleni komgwaqo.

“Izidumbu zitholakale zisaphazeke emgwaqeni ngesikhathi abalimele bona beyaluza ngasemgwaqeni,” kusho okhulumela i-ER24 uRussel Meiring.

OLUNYE UDABA: Basinde ngokulambisa osaziwayo bedlwengulwa

Abashonile bekungabantu besilisa ababili, owesifazane kanye nentombazanyana okukholakala ukuthi ineminyaka emine ubudala.

“Abanye abantu abangu-12 batholakale belimele endaweni yesehlakalo. Abangu-8 kubona bebesesimeni esibucayi kanti kanti abanye bebelimele ngezindlela ezahlukene kwadingeka ukuba bonke bathole usizo lokuqala,” kusho uMeiring.

Uthe ngemuva kokuthola usizo lokuqala endaweni yesehlakalo, baphuthunyiswe ezibhedlela ezahlukene, usho kanje.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.