Kushone 5 ezingozini zomgwaqo eW Cape

2017-09-03 11:17

Cape Town - Sekushone abantu abahlanu, kubalwa nezingane ezimbili ezingozini zomgwaqo kusukela ngoLwesihlanu.

Umfana oneminyaka engu-7 ubudala nengane yentombazane eneminyaka engu-4 ubudala babandakanyeke engozini eyenzeke kuthelawayeka ku-N2 eduzane naseMacassar.

OLUNYE UDABA:Angase atholakale nge-email amathikithi omgwaqo

Iziphathimandla ziphinde zanika abashayeli abangaphezu kwabangu-340 amathikithi emgwaqeni.

UKenny Africa wamaphoyisa omgwaqo uthe: "ESouthern Cape kuboshwe umshayeli oyedwa ngokutholakala namaphepha akokoteliwe. Siphinde sabopha umshayeli eWorcester ngokulayisha ngokweqile imoto yakhe. Amathikithi esewonke enza imali engu-R294 200.

 - EWN

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.