Kushone 5 wabantu, kubalwa nengane, kungqubuzana imoto nebhasi

2017-07-21 11:01

Western Cape – Abantu abahlanu, okubalwa kubona nengane, bashonile ngesikhathi kushayisana ibhasi nemoto encane ku-N1 ngoLwesihlanu ekuseni, kusho amaphoyisa omgwaqo eKapa.

Ingozi, eyenzeke ngabo-01:00, yenzeke eBeaufort West eLeeu Gamka, kusho isikhulumi uKenny Africa.

"Ngokusho kwabazibonele, iBMW idlule ezinye izimoto ebeziphambi kwayo ihamba ngomzila wezimoto eziza ngeneno kanti izongqubuzana nebhasi,” esho.

OLUNYE UDABA: Kutholakale isidumbu sowesilisa sintanta emtateni

Abantu ebebesemotweni, okungabesifazane ababili, abesilisa ababili kanye nengane eyodwa – bashonile.

Kulimale abantu ababili ebhasini.

Umzila okwenzeke kuwona ingozi uvalwe kwaze kwaba u-04:30.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.