Kushone 5 wabantu kusha umuzi eMgungundlovu

2018-04-12 11:05

Pietermaritzburg - Kushe kwangqongqa abantu abangu-5 kusha umuzi ePietermaritzburg, kusho uWerner Vermaak we-ER24 ngoLwesine.

"Abosizo lokuqala i-ER24 nabakwezinye izimo eziphuthumayo kubalwa nezicishamlilo zaseMgungundlovu ziphuthume endaweni yesigameko kuLarch Road Willowton namuhla ekuseni ngovivi," kusho uVermaak.

"Abezimo eziphuthumayo bafike ngemuva kwezithuba zabo-03:00 endaweni yesigameko. Abezicishamlilo endaweni babhule ilangabi. Bakhiphe izidumbu ezingu-5 endlini.

OLUNYE UDABA:Kushone ubaba nendodakazi kusha umjondolo

"Abantu abadala abathathu nabanye ababili okukholakala ukuthi yizingane, batholwe sebeshonile benamanxeba amabi.Ngeshwam akukho abosizo lokuqala abebesangakwenza ukubnahlenga bahlonzwa njengabashonile khona endaweni yesigameko."

Amagama ezisulu abengakadalulwa.

UVermaak uthe imbangela yesigameko izophenywa yizipjhathimandla zendawo.

– African News Agency (ANA)

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.