Kushone 5 wezingane zesikole engozini yamatekisi neveni e-KZN

2018-03-26 11:01

Durban - Kushone izingane zesikole ezingu-5 kwalimala kanzima ezimbili ngesikhatthi kushayisana amatekisi amabili neveni eTurton eduzane naseMtwalume, KwaZulu-Natal namuhla ekuseni, kubika iSouth Coast Herald.

Izingane ezibandakanyeke kule ngozi zineminyaka ephgakathi kwengu-11 nengu-14 ubudala. Izingane ezintathu zishonele endaweni yeisgameko ezimbili zashonelqa emtholampilo wendawo.

OLUNYE UDABA:Kushone izingane ezimbili imoto ka'malume' ishayisana nenye

Kukholakala ukuthi enye yala matekisi ishayise izingane ebezime eceleni komgwaqo zilinde imoto yazo ezozihambisa esikoleni.

Njengamanje kusalindwe isitatimende samaphoyisa esivela kulowo okhulumela amaphoyisa uLieutenant-Colonel Zandra Wiid, osasendaweni yesigameko.

Amaphoyisa ayaphenya.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.