Kushone 6 wabantu, okubalwa kubo nezingane ezintathu, eKapa

2017-10-17 14:01

Cape Town – Bayisithupha abantu abashone emijondolo yasePhilippi, eKapa, ngoMsombuluko ebusuku ngesikhathi kuqbuka umlilo.

Imibiko ithi lokhu kwenzeke ngesikhathi kuqubuka ilangabi kule ndawo, kanti kulaba bantu abashonile, kubalwa nezingane ezintathu.

Okhulumela abezimo eziphuthumayo u-Edward Bosch ukuqinisekisile lokhu wathi zingu-16 izicimamlilo eziphuthume endaweni yesigameko emijondolo yaseBetter Life, ePhola Park.

OLUNYE UDABA:Kubulawe ibhungu ebelivele enkantolo ngelezidakamizwa eKapa

Kushe imizi emithathu kanye nesitolo esisodwa kulesi sehlakalo.

“Abezimo eziphuthumayo baphuthumise umuntu oyedwa esibhedlela obesesimweni esibucayi kakhulu. Okwamanje imbangela yalo mlilo ibingakaqondakali kahle,” kusho uBosch.

Kwabashonile, kubalwa ingane yentombazane esencane kanye nezimbili esezikhulile - eyomfana neyentombazane.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.