Kushone 7 kungqubuzana izimoto

2017-08-21 07:24

Mookgopong – Ingane eneminyaka emibili ubudala isindile kodwa abanye abantu abayisikhombisa bashona ngesikhathi kungqubuzana izimoto ezimbili ku-N1 ngaseMookgopong ngeSonto, kusho iziphathimandla zaseLimpopo.

Okhulumela ezokuthutha esifundazweni uJoshua Kwapa uthe ingane kanye nomunye umgibeli baphuthunyiswe esibhedlela eMokopane kukubi.

OLUNYE UDABA: Kushone 19 wabantu engozini eyenzeke KwaXimba

Iziphathiandla, zithi abashayeli bazo zombili izimoto bashonele endaweni yesigameko ngemva kwengozi.

"Ingozi yenzeke ngesikhathi [umshayeli] we-sedan ephunyukwa yisiteringi imoto yaphaphalaza yabheka kweziza ngakuyena kanti uzoshayisana nenye yazo,” kusho uKwapa.

"Sisola ukuthi ingozi idalwe ubudedengu,” esho.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.