Kushone 8 kungqubuzana izimoto ezimbili

2017-10-08 11:59

Kimberley – Kushone abantu abangu-8, okubalwa kubona nezingane eziyisikhombisa, ngesikhathi kushayisana izimoto kuBarkly West Road ngaphandle kwaseKimberley ngoLwesihlanu ebusuku.

Okhulumela i-ER24, uWerner Vermaak, uthe ingozi yenzeke ngemuva kwehola lika-20:30 ngoLwesihlanu ngesikhathi imoto yohlobo lweToyota Corolla, ebithwele abantu abangu-9, ingqubuzana neyohlobo lweLand Cruiser, ebinomuntu oyedwa phakathi.

"Abosizo lokuqala be-ER24 nabakwezinye izinkampani bafike endaweni yesigameko bathola izingane eziyisikhombisa, ezineminyaka ephakathi kwemihlanu nengu-18 ubudala, zishonile kwi-Corolla," esho.

OLUNYE UDABA: Ushonile ophahlazeke nendiza ePitoli

UVermaak uthe owesifazane osekhulile obekwi-Corolla naye ushonile, kanti umshayeli wenye imoto yena usindile nakuba ebelimele kabi.

Obehamba ngeLand Cruiser uqale wathola ukwelashwa endaweni yesigameko, esho.

Imbangela yengozi ayikaziwa kodwwa kuthiwa enye yezimoto ibizama ukushaya i-U-turn ngesikhathi kwenzeka ingozi.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.