Kushone 8 wabantu kusha ikhaya lezingane eThekwini

2016-07-14 07:34

Durban – Kushone abantu abangu-8 ngesikhathi kusha ikhaya lezingane eThekwini, kusho abezimo eziphuthumayo KwaZulu-Natal ngoLwesine ekuseni.

Umlilo uqubuke ngezithuba zasekuseni eKey of Hope Orphanage, eParlock.

Phakathi kwabantu abashonile kubalwa nezingane ezineminyaka elinganiselwa kwengu-8 ubudala.

Funda nalolu daba: Ngiyamzonda uZuma - Umdwebi

Bane abantu abangeniswe esibhedlela belimele.

Abe-KZN EMS babikelwe ngomlilo ngezithuba zabo-02:00 ekuseni.

Imbangeka yomlilo ibingakaziwa okwamanje.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.