Kushone ababili iRange Rover ingena mahlanze i-VW

2017-02-11 17:04

Durban – Kushone abantu ababili kwkathi abanye ababili balimala ngesikhathi kutholana phezulu izimoto ezimbili emgwaqeni omkhulu u-N1 ngaseMookgopong, eLimpopo.

Kulesi sigameko enye yezimoto ibe seyokheleka ngomlilo yavutha ngoLwesihlanu, kusho abezimo eziphuthumayo, kubika i-ANA.

“Kubikwa ukuthi iRange Rover ebidla amagalane ingene mahlanze i-VW,” kusho amaphoyisa omgwaqo eLimpopo esitatimendeni.

OLUNYE UDABA: Usinde engozini yemoto umculi kamaskandi

I-VW ibe isivutha ngemuva kwale ngozi kwashona abantu ababili abebephakathi kuyo.

Omunye umuntu ulimale kabi kwathi omunye wathola imihuzukwana.

Umgwaqo osuka eMookgopong ubheke eNylriver udume ngezingozi zomgwaqo, ukugingqika kwezimoto kanti “siyazama ukugwema le nkinga”.

 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.