Kushone ababili kanti kumbulwa kwembeswa kwabanye ababili

2016-07-15 12:34

Johannesburg - Usesimeni esibucayi umama nendodakazi esibhedlela kulandela ukuhogela intuthu eBoksburg e-Eastrand.

Kushone izingane ezimbili (izolo) ngoLwesine ngemuva kokuba kushiywe isitofu samalahle sivutha ubusuku bonke, indlu yagcwala i-carbon monoxide.

oOLUNYE UDABA:Amaphoyisa aphenya esokusha kwekhaya ezingane eThekwini

Kukholakala ukuthi lezi zelamani bezizama ukuzifudumeza nabantu abadala abane.

AOwosizo lokuqala eKurhuleni uWilliam Ntladi uthe: "Umama nendodakazi bebesaqulekile kanti bobabili baphuthunyiswe esbhedlela saseVosloorus nge-ambulensi, kubika i-EWN.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.