Kushone ababili kudutshulwa esibhedlela iKing Edward

2016-07-13 19:01

Durban – Kudutshulwe amadoda amabili ashona ngemuva kokuzama ukungena nezicabha esibhedlela, kulesi sigameko okusolwa kuso ukuthi abengaboni ngasolinye nomqashi.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant Colonel Thulani Zwane uthe la madoda adutshulwe ngabo-03:00 ezintatha, kwalimala nonogada wesibhedlela kuqhubeka impi yezulu lezandla.

Enye indoda isale enkundleni khona esibhedlela kwathi enye yatholakala eCongella Park isishonile.

OLUNYE UDABA: Kushone abayisithupha kudutshulwa amabhasi

Amaphoyisa athi abophe umsolwa, 25, ngalesi sigameko, kubika i-African News Agency.

“Kusolakala ukuthi laba bayingxenye yabasebenzi abebeqashwe yinkampani yonogada abebeqapha lesi sibhedlela,” kusho okhulumela uMnyango wezeMpilo e-KZN uDesmond Motha.

UNgqongqoshe woMnyango uSibongiseni Dhlomo usigxekile lesi sehlakalo wathi besingenasidingo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.