Kushone ababili kudutshulwana ebusuku

2016-07-07 07:12

Johannesburg – Kushone ababili esigamekweni sokudubulana eduzane naseVanderbijlpark ngoLwesithathu ebusuku.

La madoda amabili okukholakala ukuthi aneminyaka ebalelwa kwengu-40 ubudala athole amanxeba okudutshulwa.

OLUNYE UDABA: hKushone oyedwa kudutshulwana ekhonsathini

Okhulumela i-ER24 uChitra Bodasing uthe esitatimendeni la madoda abelele phansi eceleni komgwaqo u-R553 eduzane naseBophelonh.

"Ngeshwa akukho ebesingalwenza njengoba behlonzwe njengabashonile endaweni yesigameko," kusho uBodasing.

Imbangela yesigameko ayikaziwa kanti iziphathimandala ziyaluphenya udaba.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.