Kushone ababili kuginqika iloli -KZN

2016-12-31 08:02

eMpendle -  Kushone abantu ababili ngesikhathi iloli liginqika ku-R617 eMpendle ngoLwesihlanu emini.

Ngokombiko okhishwe abezimo eziphuthumayo, babizelwe emtholampilo wendawo lapho okuhanjiswe khona izisulu ezisulu ezintathu.

Owesilisa, isalukazi kanye nendodakazi yakhe bakhishwe kuleli loli baphuthunyiswa emtholampilo.

OLUNYE UDABA:Kudaleke ingozi owesilisa ebamba umshayeli wetekisi ngobhongwane

“Uma sifika sithole owesilisa eseshonile ngenxa yokulimala kabi,” kusho abe-ER24.

Isalukazi nendodakazi yaso bebesesimweni esibucayi kakhulu, baphuthunyiswe esibhedlela, kubika iCitizen.

“Isimo sesalukazi besintekenteke kakhulu endleleni eya esibhedlela, ngeshwa isimo sesalukazi sibesibi kakhulu saphangalala sifika esibhedlela.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.