Kushone ababili kulandela ingozi eFields Hill

2016-07-27 20:29

Durban -  Abezimo eziphuthumayo bafike endaweni yesigameko ngoLwesibili ntambama bathola ababili bevaleleke elolini.

Kuthiwa imoto iphaphalaze isuka phakathi komgwaqo yayokweqela ngale komgwaqo yabhekana nezimoto ezizayo.

OLUNYE UDABA:''Angikaze ngiyibone ingozi enje empilweni yami"

Ngokusho kukaWerner Vermaak okhulumela abe-ER24, abosizo lokuqala bakwazile ukukhipha oyedwa kwalaba abebevalelekile.

“Sithe siqeda kumkhipha emotweni wavele washona ngenxa yokulimala kakhulu. Abezicishamlilo bakwazile ukukhipha owesibili ngokusebenzisa idlawu elikhulu kodwa naye washona.

Amadoda amabili abekwenye imoto ebibandakanyeka kule ngozi aphuthunyiswe esibhedlela, kubika iNewswatch.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.