Kushone ababili kushayisana ibhasi nemoto encane eThekwini

2016-07-02 14:05

Durban - Kushone abantu ababili kwathi abangu-10 balimala ngemuva kwengozi eyenzeke phakathi kwebhasi nemoto encane kuNorth Coast Road, ngaseStanhope Place, eThekwini.

Okwamanje akucaci ukuthi yini edale le ngozi eyenzeke ngoMgqibelo ekuseni, kubika iNewswatch.

Omunye wabashonile ngumshayeli wemoto encane, kusho okhulumela iNetcare 911, u-Athlenda Mathe.

OLUNYE UDABA: Kushone ababili engozini enyantisayo eThekwini

"Umgibeli obesemotweni encane ulimale kanzima kule ngozi kwathi abezimo eziphuthumayho besazama ukumsiza washaywa yinhliziyo wase eyashona," esho.

Womabili la madoda ashonele endaweni yesigameko, kusho uMathe.

Laba abanye abantu abangu-10 abalimele bathole imihuzukwana, kanti bebengabagibeli ebhasini.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.