Kushone ababili kushayisana izimoto, enye yagqamuka ilangabi

2018-05-06 16:40

Vereeniging - Kushone abantu ababili kwathi abanye abathathu balimala engozini eyenzeke maqede enye imoto yokheleka ngomlilo yavutha ku-R82 eVereeniging ekuseni ngeSonto, kusho abezimo eziphuthumayo eGauteng.

"Abosizo lokuqala bakwa-ER24, nezicishamlilo zaseMidvaal nezaseVereeniging, bafike endaweni yesigameko bathola imoto isha ubuhanguhangu enye ilimele kanzima," kusho okhulumela i-ER24 uWerner Vermaak.

"Abantu ababili bebevaleleke ngaphakathi emotweni evuthayo kanti bekungekho obekungenziwa ukubahlenga. Bobabili bashonele endaweni yesigameko.

"Owesifazane nowesilisa batholakale endaweni yesigameko belimele, bathola usizo lwezempilp base bephuthunyiswa esibhedlela esiseduzane. Imininingwane yale ngozi ayickaaci kahle."

OLUNYE UDABA: Kushone abantu abayisihlanu engozini yemoto eRusternburg

Kwesinye isigameko, engozini eyenzeke ngabo-03:00, abosizo lokuqala basize indoda elimale kabi ngesikhathi imoto yayo ishayisa isihlahla kuBeethoven Road, eVanderbijlpark.

Ibe isikhishwa emotweni yaphuthunyiswa eSebokeng, kusho uVermaak.

 - African News Agency/ANA

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.