Kushone abafundi ababili esiqiwini behambe nesikole

2018-04-18 14:00

Yaoundé - Ukuwa kwesihlahla esiqiwini kubulale abafundi ababili abebehambe nesikole enyakatho yeCameroon.

"Ngemuva kwesivunguvungu somoya, isihlahla siwele phezu kweqembu labafundi baseNigeria eBouba Ndjida National Park," kusho uJean Abate Edi'i.

OLUNYE UDABA:Kutholakale isidumbu esigxotshwe yindlovu esiqiwini

Kuphuthunyiswe abafundi abangu-16 eGaroua, okuyinhlokodolobha yaseNorthern Region ngemuva kokuthola ukulimala.

Abafundi abangu-50 nothisha abangu-6 bebehambe nesikole, kubika abomsakazo eCameroon.

Le ndawo idume kakhulu ngobuningi bezindlovu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.