Kushone abahlanu kulandela isiphepho sayizolo

2017-10-10 09:30

Johannesburg - Sishiye kukhalwa isiphepho sangoMsombuluko ezifundazwe ezintathu kuleli, eGauteng, eMpumalanga naseKwaZulu-Natal.

Izimvula ezihambisana nomoya omkhulu eGauteng zidlule nemiphefumulo emihlanu, kwasala dengwane abantu abangaphezu kwabangu-100 kulandela ukumosheka kwemizi yabo, ikakhulukazi eMogale City eWest Rand.

"Abantu ababalelwa kwabangu-64 eTarlton badinga indawo yokuhlala, abangu-35 eMunsieville no-80% wabaselokishini laseMayibuye baphephukelwe wuphahla ezindlini zabo," Kusho okhulumela iMogale City uNkosana Zali.

Kuphinde kwaphephuka nophahla lwenxanxathela yezitolo iCradlestone Mall.

Kwagcwala nemifula ngenxa yevula enamandla.

Empulanga kulimale abantu abangu-9 ngemuva kwezinsolo kwesiphepho endaweni yaseDelmas naseBapsfontein.

 - Twitter:

- eNCA

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.