Kushone abahlanu kwesokudubulana namaphoyisa - KZN

2016-12-06 11:32

Durban – Kushone abantu abahlanu esigamekweni sokudubulana eSouth Coast.

Okhulumela uphiko loKlebe esifundazweni sakwaZulu-Natal uKaputeni Simphiwe Mhlongo lokhu kwenzeke eShelly Beach ngoMsombuluko ebusuku.

Okwamanje ubungakatholakali umbiko ogcwele mayelana nalesi sigameko, kodwa kuthiwa uphiko loKlebe luzame ukumisa imoto ebihamba amadoda amahlanu okusolakala ukuthi bekuyizigebengu.

OLUNYE UDABA:Kushone abantu abahlanu kushayisana izimoto

Kuthiwa laba bayathinteka ekugetshengweni kwezimoto zemali esifundazweni sase-Eastern Cape.

Esikhundleni sokuba bamise imoto abasolwa bavele bavulela ngenhlamvu kwashona abantu abahlanu.

Ngokwemibiko yeSouth Coast Herald amaphoyisa athole izibhamu ezimbalwa kanye ne-AK47.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.