Kushone abangu-27 kwalimala abangu-50 engozini yesitimela

2017-01-22 08:13

New Delhi - Kushone abantu abangu-27 kwalimala abangu-50 ngemuva kokuba isitimela siphume kujantshi eningizimunempumalanga yaseNdiya ngoMgqibelo ebusuku.

Amakhoshi angu-8 nenjini yesitimela sakwaJagdalpur-Bhubaneswar express aphume kujantshi ngezithuba zabo-23:00 eduzane nasesiteshini sesitimela iKuneru eVizianagram.

OLUNYE UDABA:Sesidlulile ku-1 000 esababulawe ukushisa eNdiya

"Singakuqinisekisa ukuthi kushone abantu abangu-27 kwalimala abangu-50 engozini yesitimela," kusho uJP Mishra okhulumela i-East Coast Railway.

"Singase sikhuphuke isibalo sabashone kule nhlekelele. Imizamo yokuhlenga abantu iyaqhubeka."

 - TheGuardian

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.