Kushone abangu-4 engozini yemoto eLimpopo

2018-05-06 09:32

Johannesburg  - Kushone abantu abane kwalimala abahlanu engozini yezimoto ngakuPolokwane-Mogwadi road eLimpopo.

Okhulumela amaphoyisa uMoatshe Ngoepe uthe enye yezimoto ibizama ukudlula enye ngesikhathi kuqhamuka enye ngaphambili.

UNgoepe uthe amaphoyisa avule icala lokubulala ngokungenhloso.

OLUNYE UDABA:Kushone abantu abayisihlanu engozini yemoto eRusternburg

"Amaphoyisa eMogwadi ngaphandle kwasePolokwane aphenya icala lokubulala ngokungenhloso kulandela ukushona kwabantu abane ngesikhathi imoto abebhamba ngayo ishayisane nenye.

"Kulesi sigameko kulimale kanzima nabanye abantu abahlanu."



 - SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.