Kushone abangu-4 kwalimala abangu-11 engozini yetekisi eN Cape

2018-04-22 14:06

Johannesburg - Kushone abantu abane kwalimala abangu-11 ngemuva kokuba kugingqike itekisi ku-N14, amakhilomitha angi-10 ngaphandle kwaseKathu eNorthern Cape ngoMgqibelo ebusuku.

Abosizo lokuqala i-ER24, bafike endaweni yeisgameko bafica inqwaba yabantu ilimele ikhishwe yitekisi.

OLUNYE UDABA:Ushonile owesilisa oshayiswe yitekisi ngoMgqibelo ebusuku

Isigameko senzeke ntambaa izolo. Oyedwa wabagibeli usesimeni esikahle, uphuthunyiswe esibhedlela iKuruman kwathi abanye ababili baphuthunyiswa kwezinye izibhedlela.

Imbangela yesigameko ibingakaziwa.

 - SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.