Kushone abangu-7 kugqabuka ilangabi ezimotweni

2017-01-01 13:17

Johannesburg – Kushone abantu abangu-7 kwalimala kabi abahlanu ngesikhathi kushayisana izimoto e-Elandsfontein ngoMgqibelo ebusuku.

“Imibiko evela endaweni yesigameko ithi kushayisana itekisi nemoto encane ngaphambi kokuba kugqabuke ilangabi,” kusho uChris Botha wabe-Netcare911.

OLUNYE UDABA:Ingozi yebhasi enyantisa igazi emgwaqeni omkhulu

Abezimo eziphuthumayo kanye nabezicishamlilo bafike kule ndawo bathola ukuthi izimoto zombili zivutha amalangabi.

Abalimele baphuthunyiswe esibhedlela besesimweni esibucayi kakhulu.

Okwamanje imbangela yale ngozi ayaziwa kodwa amaphoyisa asaphenya.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.