Kushone abantu ababili, abanye balimala kugingqika imoto

2018-03-23 12:31

Cape Town - Kushone abantu ababili kwathi abanye ababili balimala kabi ngesikhathi behlelwa yingozi emgwaqeni onguthelawayeka u-N1 ngaseBeaufort West.

Le ngozi yenzeke ezintatha kusanda kuhlukana usuku.

OLUNYE UDABA: Kulimale izingane zesikole engozini yetekisi

Okhulumela ezokuthutha eWestern Cape uKenny Africa uthe: “Umshayeli wemoto encane ubelibangise ngaseBeaufort West. Kuthe nje esengakule ndawo waphunyukwa yimoto.

"Imoto ibe isigingqika kwaholela ekushoneni kwabantu ababili. Abanye ababili balimale kabi kanti baphuthunyiswe esibhedlela ukuze bayothola ukwelashwa."


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.