Kushone abantu ababili engozini eVryheid

2016-07-28 13:32

Durban - Kushone abantu ababili kwalimala oyedwa kanzima ngemuva kokushayiswa yimoto eVryheid, enyakatho  naKwaZulu-Natal ngoLwesine, kusho abosizo lokuqala.

Isikhulumi se-EMS uRobert McKenzie uthe abosizo lokuqala baphuthume endaweni yesigameko ku-R34 eduzane naseVryheid ekuseni.

OLUNYE UDABA: Kushone owesifazane engozini ngaseMandeni

"Ngeshwa owesifazane oneminyaka engu-30 ubudala nowesilisa oneminyaka engu-45 ubvudala bashone kule ngozi. Indoda eneminyaka ebalelwa kweko-40 ilashelwe endaweni yesigameko.

UMcKenzie uthe abosizo lokuqala baphuthumiswe indoda elimele esibhedlela.

"Amaphoyisa aphenya imbangela yesigameko," usho njalo.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.