Kushone abantu ababili kwalimala amaphoyisa kwesokudubulana

2017-10-08 09:23

Cape Town – Kushone abantu ababili kwalimala oyedwa ezigamekweni zokudubulana eHanover Park ngoMgqibelo ntambama, kubika i-EWN.

Kulesi sigameko kudubuleke kwalimala amaphoyisa amathathu.

Njengamanje amaphoyisa alimele abesathola ukwelashwa esibhedlela.

Okhulumela amahoyisa u-André Traut uthe isigameko sokudubulana senzeke ngoMgqibelo ntambama ngezithuba zabo-17:30.

OLUNYE UDABA: UMasipala uxolisa ngodaba lukadoti eMlazi

Uthe akanayo imininingwane egcwele ngesimo samaphoyisa angeniswe esibhedlela.

UTraut uthe uphenyo luyaqhubeka.

“Izolo ngabo-17:30 amaphoyisa aphuthume lapho bekudutshulwana khona endaweni yaseHanover Park ngesikhathi edutshulwa.”

Uthi sekujutshwe amanye amaphoyisa endaweni ukuqapha isimo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.