Kushone abantu ababili kweyeloli neveni

2017-08-24 15:59

Johannesburg – Kushone abantu ababili, kwathi oyedwa wasala esesimeni esibucayi ngemuva kwengozi eyenzeke eNooitgedacht kuMalibongwe Drive ngoLwesine ekuseni.

Olimele uphuthunyiswe esibhedlela ngendiza enophephela emhlane kanti umgwaqo ubuvaliwe ngaleso sikhathi.

Kukholakala ukuthi iloli lishayisane neveni.

OLUNYE UDABA: Ugwetshwe udilikajele umqeqeshi owadlwengula umfana,14

Owezimo eziphuthumayo uSynock Matobako uthe iloli elikhulu lishayiswe eceleleni yiveni ebelithwele abantu abathathu.

“Abantu ababili balahlekelwe yizimpilo zabo kanti oyedwa ulimale kabi. Kodwa umshayeli weloli yena aphume engenamyocu,” esho.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.