Kushone abantu abane engozini yebhasi lakwaTranslux

2018-03-29 11:05

Johannesburg - Kushone abagibeli abane ngemuva okuthi ibhasi lakwaTranslux abebeligibele liphaphalaza ku-N6 phakathi kwePort Elizabeth neJamestown ngoLwesithathu ebusuku.

Ngokusho kokhulumela uMnyango wezeMpilo e-Eastern Cape, uSizwe Kupelo, abanye abagibeli bavaleleke ngaphakathi ebhasini ngemuva kwale ngozi.

"Bane abantu abashonile kanti abayisihlanu balimele kabi, kepha okwamanje sizazama ukubala abagibeli," esho ngemuva kokwehla kwengozi.

Ibhasi eligingqikile belisuka e-East London lilibangise eGoli.

OLUNYE UDABA: Kushone 14 engozini yebhasi netekisi

Kwenzeka lesi sigameko nje, ngoLwesithathu ekuseni kugingqike ibhasi kwashona abantu abangu-12, okubalwa kubona nezingane ezintathu, kule ngozi eyenzeke eSatansnek, ngaseNgcobo e-Eastern Cape.

UKupelo ngaleso sikhathi uthe ibhasi belithwele abantu abangu-60 ngesikhathi ligingqika phakathi kwaseNgcobo nase-Elliot.

Kudingeke ukuba kusetshenziswe izindlawu ukuhlakaza ibhasi ukuze kukhishwe abagibeli, kwabizwa nezindiza ezintathu ezinophephela emhlane ukuyisa abalimele esibhedlela.

Kuphinde kwasetshenziswa neloli elithwala izimoto ukusiza ngesikhathi kugudluzwa ibhasi i-Vaal Maseru ukuze kukhishwe abanye abantu ebebengaphansi kwalo.

Ibhasi belisuka eGauteng liya eMthatha.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

HSE Manager

Cape Town
Tumaini Consulting
R550 000.00 - R650 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.