Kushone abantu abane kushayisana izimoto eKZN

2017-10-10 07:10

eThekwini - Kushone abantu abantu abane engozini enyantisa igazi phakathi kwemoto encane nemoto yohlobo lwe-SUV.

Lokhu kwenzeke kuthela wayeka u-N3 ngaseNottingham Road endaweni yaseMidlands, KwaZulu Natal.

AbeER24 kanye nabezinye izinkampani zabezimo eziphuthumayo bafike kule ndawo emini ngo-13h34.

Abezimo eziphuthumayo bafike kule ndawo bathola izimoto ziphakathi komgwaqo.

Bathole amadoda amabili alele edindilizile emotweni encane, nabanye besimame ababili bevaleleke kwi-SUV.

OLUNYE UDABA: 'Umgwaqo awusiyo indawo yokuchitha isizungu'

Ngeshwa bekungekho okungenziwa ukuhlenga impilo yabo ngoba besebeshonile.

Owesimame wesithathu uthalakale elele ngaphandle kwemoto.

Abezimo eziphuthumayo balaphe lo wesimame ngaphambi kokumphuthumisa esibhedlela esiseduze.

Imbangela yale ngozi ibingakacaci kahle kodw amaphoyisa asaphenya.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.