Kushone abantu abangu-21 kuqhuma isiphehli sikagesi

2016-08-11 16:02

Beijing – Ukuqhuma kwepayipi esiphehlini sikagesi eChina kubulale abantu abangu-21 kwalimala abahlanu ngoLwesine, kubika abezindaba zeXinhua.

Ukuqhuma kwenzeke ngaphambi kosuku lokukhunjulwa kwabantu abangu-165 abashona kuqhuma isiphehli sikagesi eTianjin.

Funda nalolu daba: Kushone 17 wabantu engozini yebhasi

Isehlakalo sakamuva senzeke esiphehlini sikagesi samalahle eDangyang, esifundeni saseHubei, kanti imizamo yokutakula iyaqhubeka, ngokusho kombiko.

Uhulumeni wendawo uthi uyaphenya ngesigameko.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.