Kushone abantu abangu-33 kugingqika ibhasi

2016-08-16 10:00

Kathmandu — Ibhasi ebeligcwele ngokweqile liphaphalaze laphuma emgwaqeni omkhulu eNepal, kwashona okungenani abantu abangu-33 kwathi abanye abangu-28 balimala.

Abalimele batakulwe ngendiza enophephela emhlane base behanjiswa ezibhedlela ezimbili eziseKathmandu, kusho okhulumela uMnyango wezaseKhaya uChiranjivi Nepal.

Leli bhasi liphaphalaze laphuma emgwaqeni lase ligingqika ibanga elingu-150 wamamitha ukuya phansi.

OLUNYE UDABA: Kushone abangu-17 engozini yebhasi

Amaphoyisa asazama ukuthola imbangela yale ngozi.

Izingcezu zebhasi, izidumbu kanye nempahla kutholakale kusakazeke eweni elingakulo mgwaqo.

Izingozi zomgwaqo zivamile ngenxa yemigwaqo nezimoto okungekho ezingeni elifanele eNepal, kanti izingozi eziningi zenzeka phakathi kukaJuni noSepthemba ngenxa yezimvula ezinkulu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.