Kushone abantu abangu-5 kwalimala 3 kweyomgwaqo eKZN

2017-10-02 07:00

Durban – Kushone abantu abahlanu kwalimala abathathu ngesikhathi kushayisana imoto yohlobo lwe-BMW neToyota Corolla ku-N3 eVan Reenen ngeSonto ntambama, kusho abosizo lokuqala.

Ingozi yenzeke ngabo-16:15, kusho okhulumela i-ER24 u-Annine Siddall esitatimendeni.

USiddall uthe umfana okukholakala ukuthi uneminyaka engu-11 ubudala utholakale esihlalweni sangemuva kwi-BMW.

OLUNYE UDABA: Kunconywe umshayeli wetekisi kutholakal ingane 'ebithunjiwe'

“Ubesesimeni esibucayi, kanti kudingeke ukuba aphuthunyiswe eLaverna Hospital eLadysmith ukuze ezothola ukunakekelwa okunzulu,” kusho uSiddall.

Uthe abanye abantu ababili ebebesemotweni yohlobo lwe-BMW bathole ukulimala.

Abantu abahlanu ebebehamba ngeToyota Corolla bashonele endaweni yesigameko bonke.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.